Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

 INgoma 32

Yibani Abagxilile, Abangenakunyakaziswa!

Yibani Abagxilile, Abangenakunyakaziswa!

(1 Korinte 15:58)

1. Izizwe z’khungathekile manje.

Abantu basabel’ ikusasa.

Thina masibe abagxilile,

S’khonz’ uJah ngok’thembeka.

(CHORUS)

Masibe qotho sonke;

Ezweni s’khululeke,

Masizondle ngeZwi size sithembeke.

2. Ziningi iz’lingo kuleli zwe.

Singazinqoba ’ma s’hluzekile.

Uma silalela uJehova

Yen’ uyosivikela.

(CHORUS)

Masibe qotho sonke;

Ezweni s’khululeke,

Masizondle ngeZwi size sithembeke.

 3. Mas’khonz’ uJah ngenhliziyo yonke.

Sibe nengxeny’ enkonzweni yakhe.

Masishumayel’ i’ndab’ ezinhle.

Lizodlula leli zwe.

(CHORUS)

Masibe qotho sonke;

Ezweni s’khululeke,

Masizondle ngeZwi size sithembeke.