Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

 INgoma 85

Umvuzo Ogcwele Ovela KuJehova

Umvuzo Ogcwele Ovela KuJehova

(Mathewu 19:29)

1. UJehov’ iNkos’ ubabona bonke

Abazinikele kuye.

Uyazi ukuthi bayazidela

Ukuze bamkhulekele.

Um’ ushiy’ abazali nabangane,

UJehova uyabona.

Uk’ nik’ abazalwan’ abak’thandayo

Nok’phila ezwen’ elisha.

(CHORUS)

Kwangath’ uJehova angabona;

Aninikeze umvuzo wenu.

Phephelani ngaphansi kwakhe.

’Jah uthembekile; uneqiniso.

2. Abanye bakhetha ukungashadi;

Abanye ngenxa yezimo.

Bayazuza ngok’fun’ uMbuso kaJah,

Nangokuz’nikela kuye.

Nakuba bekutholela indawo,

Bake babe nesizungu.

Njengabafowabo nodadewabo,

Masibakhuthaze njalo.

(CHORUS)

Kwangath’ uJehova angabona;

Aninikeze umvuzo wenu.

Phephelani ngaphansi kwakhe.

’Jah uthembekile; uneqiniso.