Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

Hubelani UJehova

 INgoma 68

Umthandazo Womuntu Ophansi

Umthandazo Womuntu Ophansi

(IHubo 4:1)

1. Jehova Nkosi, ng’yakuncengisisa:

“Ng’lalele.”

Ngichobozeke kakhulu;

Ngithwele kanzima.

Imicabango edumazayo

iyangidla.

Nkulunkulu wenduduzo,

ng’cel’ umusa wakho.

(CHORUS)

Ngisize ngikhuthazele.

Ng’qinise ngingangabazi.

Ngiphendu kela kuwena.

Jehova ngiphe amandla.

2. IZwi lakho liyinduduzo

nesiphephelo.

Ngiyehluleka

ukukutshela imizwa yam’.

Ngisize ngilikholwe, ngilithemb’

iZwi lakho.

Uthando lwakho lukhulu

kunenhliziyo yam’.

(CHORUS)

Ngisize ngikhuthazele.

Ng’qinise ngingangabazi.

Ngiphendu kela kuwena.

Jehova ngiphe amandla.