Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

 INgoma 4

Ukuzenzela Igama Elihle KuNkulunkulu

Ukuzenzela Igama Elihle KuNkulunkulu

(UmShumayeli 7:1)

1. Nxa sisaphila, Usuku nosuku,

Siyozakhela Igama noBaba.

Uma phambi kwakhe Senz’ ok’lungileyo,

Uyojabula, Asithande.

2. Ukuvelela Ezweni elibi,

Nok’ fun’ udumo Kubantu ababi,

Akusizi lutho Ngoba uJehova,

Ngeke as’thande, Uyos’phika.

3. Enkumbulweni KaJehov’ uBaba,

Masingasuki, Sihlale phakade.

Ngokushumayela, Silwel’ iqiniso,

Sigcin’ igama Lethu njalo.