Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

Hubelani UJehova

 Ingoma 53

Ukusebenza Ndawonye Ngobunye

Ukusebenza Ndawonye Ngobunye

(Efesu 4:3)

1. UJah wasiletha kuye.

S’jabulel’ ak’bikezela.

Sinokuthula nobunye,

Kuyas’jabulisa.

Kuyasiqabula,

Kwenza sizwane.

Kunomsebenzi omkhulu,

Oqondiswa yiNdodana.

Masisebenze ngobunye,

Sibambisaneni.

2. ’Ma s’thandazela ubunye,

Sifun’ ukuba nomusa,

Uthando lwethu l’yokhula,

Sithol’ injabulo.

Uk’thula kumnandi,

Kuyas’ qabula.

’Masithand’ abafowethu,

Siyothola ukuthula.

Kuyos’siza sibe munye.

Sikhonz’ uJah njalo.