Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

 INgoma 55

Ukuphila Okungenasiphelo—Ekugcineni!

Ukuphila Okungenasiphelo—Ekugcineni!

(Johane 3:16)

1. Ngengqondo ungabona,

Abantu bendawonye?

I’nyembezi nosizi,

Konke kudlulile!

(CHORUS)

Huba ngenjabulo!

Ngalo iqiniso.

Sebenzela uk’phila,

Okungenas’phelo!

2. Bonke abakhulile,

Boshintsha babe basha.

I’nkathazo zingekho,

Ngisho nokwesaba.

(CHORUS)

Huba ngenjabulo!

Ngalo iqiniso.

Sebenzela uk’phila,

Okungenas’phelo!

3. Siyodla iPharades’

Sihubela iNkosi.

Nsuku zonke siyothi,

Siyabonga Nkosi.

(CHORUS)

Huba ngenjabulo!

Ngalo iqiniso.

Sebenzela uk’phila,

Okungenas’phelo!