Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

 INgoma 66

Ukukhonza UJehova Ngomphefumulo Wonke

Ukukhonza UJehova Ngomphefumulo Wonke

(Mathewu 22:37)

1. Nkos’ enguMbusi Jehova,

Ngilalela, ngithanda wena.

Ngizozinikela kuwe;

Ngizothembeka kuwe njalo,

Ngilalele im’thetho yakho;

Ngenze konke ok’funayo.

(CHORUS)

O Jehova ufanelwe

Ukuba ngiz’nikele kuwe.

2. Indalo iyak’dumisa.

Umhlab’ inyanga nez’nkanyezi.

Ngiyokukhonza Jehova,

Ngilazise igama lakho.

Ngokuz’nikela ok’phelele,

Ngiyothembeka phakade.

(CHORUS)

O Jehova ufanelwe

Ukuba ngiz’nikele kuwe.