Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

Hubelani UJehova

 Ingoma 49

UJehova Uyisiphephelo Sethu

UJehova Uyisiphephelo Sethu

(IHubo 91)

1. UJehov’ uyinqaba,

Sithembela kuye.

Umthunzi kaSomandla,

Masihlale kuwo.

Uyosivikela njalo,

Uma sithembela kuye.

UJehov’ is’vikelo,

Ungumthunzi wabanom’sa.

2. Nom’ eceleni kwakho

Kuw’ i’nkulungwane,

Uma uqotho njalo,

Wohlal’ uphephile.

Awuy’kwesaba nomake,

Kusondel’ ingozi kuwe.

Woy’ buka nje ngamehlo,

Uyophepha phansi kwakhe.

3. UJah uyok’vikela

Ez’ngibeni zonke.

Awuy’kunyakaziswa

Ngenxa yokwesaba.

Awuy’kwesab’ ingonyama,

Nebulul’ uyol’nyathela.

UJehov’ is’vikelo,

Uyohlal’ esiqondisa.