(Mathewu 16:24)

1. Us’hlanganisela kuKrist’ uJehova,

Sizoba abafundi bakhe.

Uk’khanya kuyakhanya,

Kuvela kuJehova.

Ukholo luyakhula;

Asisebona abethu.

(CHORUS)

Sizinikezele kuJah; Siz’khethele.

Sithokoza ngoJesu noYise.

2. Ngomkhuleko siya kuJehova sithi,

Sizokhonza yena phakade.

Sinenjabul’ enkulu,

Siyinika nabanye,

Sifakaze ngegama,

LikaJehova noMbuso.

(CHORUS)

Sizinikezele kuJah; Siz’khethele.

Sithokoza ngoJesu noYise.