Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

Khetha ulimi IsiZulu

 INgoma 92

“Shumayela Izwi”

“Shumayela Izwi”

(2 Thimothewu 4:2)

1. UJehov’ usiyalile;

Ulindel’ ukuba silalele.

Uthi sihlale silungele

Ukuchaza ngethemb’ esinalo.

(CHORUS)

Shumayela.,

Mabezwe bonke iZwi!,

Shumayel’.

Les’miso siyaphela.

Shumayel’.

Siza abathobile.

Shumayel’,

Yonk’ indawo!

2. Izinkinga zoba khona;

Siyobhekana nokuphikiswa.

Noma besibukela phansi,

Ithemba lethu likuJehova.

(CHORUS)

Shumayela.,

Mabezwe bonke iZwi!,

Shumayel’.

Les’miso siyaphela.

Shumayel’.

Siza abathobile.

Shumayel’,

Yonk’ indawo!

3. Yisikhathi sokuvuna.

Kunesidingo sokufundisa,

Simemezele insindiso.

Singcwelise igama likaJah.

(CHORUS)

Shumayela.

Mabezwe bonke iZwi!

Shumayel’.

Les’miso siyaphela.

Shumayel’.

Siza abathobile.

Shumayel’,

Yonk’ indawo!