Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

Hubelani UJehova

 INgoma 40

Qhubekani Nifuna UMbuso Kuqala

Qhubekani Nifuna UMbuso Kuqala

(Mathewu 6:33)

1. Ok’thandeka kuJehova,

Kumlethel’ injabulo,

KunguMbuso ngoMesiya,

Olungisa izinto.

(CHORUS)

Funan’ uMbuso kuqala

Nokulunga kukaJah.

Mdumiseni ezizweni,

Nimkhonze ngok’thembeka.

2. Ningakhathazeki neze

Ngokulamba nokoma.

Ngokufun’ uMbuso k’qala

INkosi iyosondla.

(CHORUS)

Funan’ uMbuso kuqala

Nokulunga kukaJah.

Mdumiseni ezizweni,

Nimkhonze ngok’thembeka.

3. Masimemezel’ uMbuso;

Sisize abay’zimvu

Bathembele kuJehova

NoMbuso waphezulu.

(CHORUS)

Funan’ uMbuso kuqala

Nokulunga kukaJah.

Mdumiseni ezizweni,

Nimkhonze ngok’thembeka.