Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

Hubelani UJehova

 INgoma 42

“Nisize Ababuthakathaka”

“Nisize Ababuthakathaka”

(IzEnzo 20:35)

1. Buningi ubuthaka

Sonk’ esinabo.

UJehov’ uyas’thanda,

Naphezu kwabo.

Futhi unesihe,

Nothand’ ol’namandla.

Masil’bonise nathi,

Kwabadangele.

2. ‘Nami nginobuthaka,’

Kwash’ uPawulu.

UKristu wasihlenga,

Sathol’ uk’phila.

UJah uqinisa,

Bonke abab’thaka.

Masizwelane nabo,

S’bakhathalele.

3. Kunok’gxek’ abab’thaka,

Masikhumbule

Ukuthi s’ngabasiza

Ngokuba nom’sa.

Masikhuthalele

ukubakhuthaza;

Uma sibasekela,

Boduduzeka.