Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

 INgoma 69

Ngenze Ngazi Izindlela Zakho

Ngenze Ngazi Izindlela Zakho

(IHubo 25:4)

1. Sihlangene ndawonye Nkulunkulu,

Njengoba nje usimemile.

IZwi lakho Jehova liyis’bani,

Umthombo wemfund’ ephakeme.

(CHORUS)

Ngifundise izindlela zakho;

Ngenze ngizw’ umthetho wakho Nkosi;

Ngihambe ezindleleni zakho;

Ngijabulele umthetho wakho.

2. Ukuhlakanipha kwakho kukhulu,

Nezinqumo zakho Jehova.

IZwi lakho lis’shiya sikhexile;

Amazwi akh’ akhona njalo.

(CHORUS)

Ngifundise izindlela zakho;

Ngenze ngizw’ umthetho wakho Nkosi;

Ngihambe ezindleleni zakho;

Ngijabulele umthetho wakho.