Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

Hubelani UJehova

 INgoma 82

Lingisa Ubumnene BukaKristu

Lingisa Ubumnene BukaKristu

(Mathewu 11:28-30)

1. UJesu wayengumuntu omkhulu;

Nokho akalokothanga aqhoshe.

Wathola ilungelo elikhulu;

Nokho wathobeka enhliziyweni.

2. Nonke nina enithwele kanzima,

Uthi kini, thathan’ ijoka lakhe;

Niyozitholela uk’qabuleka.

INkos’ iyabathanda abamnene.

3. UJesu wathi singabazalwane.

Masingalokothi siz’khukhumeze.

Abamnene bayigugu kuMdali;

Bayodla iPharades’ emhlabeni.