Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

Hubelani UJehova

 INgoma 43

Lindani, Niqine, Nibe Namandla

Lindani, Niqine, Nibe Namandla

(1 Korinte 16:13)

1. Lindani, nibe namandla,

Nihlale n’khuthazela.

Qhubekani ngesibindi,

Kuzofik’ ukunqoba.

Silalel’ umthetho kaJesu,

Ocacile sime ngakuye.

(CHORUS)

Lindani, nibe nesibindi!

Kube sekugcineni!

2. Lindani niqonde njalo,

Nihlale nilalela

Is’qondiso sikaKristu

Ngencek’ ethembekile.

N’lalel’ amadod’ amadala,

Avikela umhlambi wakhe.

(CHORUS)

Lindani, nibe nesibindi!

Kube sekugcineni!

2. Lindani nibe nobunye,

Sivikel’ is’gijimi.

Nom’ izitha zihlasela,

Soshumayela njalo.

S’memezel’ emhlabeni wonke,

Usuku l’kaJah lufikile!

(CHORUS)

Lindani, nibe nesibindi!

Kube sekugcineni!