Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

 INgoma 117

Kumelwe Sifundiswe

Kumelwe Sifundiswe

(Isaya 50:4; 54:13)

1. Wozani nifunde ngaye uJehova.

“Niphuze amanzi okuphila.”

Abalambele ukufundiswa,

Ubalungiselele imfundo.

2. Singakuyeki ukuhlangana kwethu.

Kumelwe sifunde ngokuz’khandla.

Ngomoya kaJah, nabafowethu,

Siqiniswa sibe ukukhanya.

3. Sikhuthazwa ukuzwa izindumiso!

Kumnandi uk’huba kwezikhonzi!

Masingayeki ukuhlangana,

Sibe nabantu bakaJehova!