Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

Hubelani UJehova

 INgoma 54

Kumelwe Sibe Nokholo

Kumelwe Sibe Nokholo

(Hebheru 10:38, 39)

1. Kaningi uJah wayekhuluma

Ngabaprofethi bak’dala.

Namhla uthi ‘bonke baphenduke,’

Sitshelwa yiNdodana.

(CHORUS)

Ingabe sinal’ ukholo,

Ukholo ol’nemsebenzi?

Sidinga ukhol’ ol’njalo.

Yilona oluyosisindisa.

2. Silalel’ umyalo weNdodana,

Wok’memezela ngoMbuso.

Ngenkululeko yokukhuluma;

Asil’fihl’ iqiniso.

(CHORUS)

Ingabe sinal’ ukholo,

Ukholo ol’nemsebenzi?

Sidinga ukhol’ ol’njalo.

Yilona oluyosisindisa.

3. Ukholo lwethu lunjengehange;

Ngeke sihlehlel’ emuva.

Noma singavukelwa yizitha,

Insindis’ isondele.

(CHORUS)

Ingabe sinal’ ukholo,

Ukholo ol’nemsebenzi?

Sidinga ukhol’ ol’njalo.

Yilona oluyosisindisa.