Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

 INgoma 19

Isithembiso SikaNkulunkulu SePharadesi

Isithembiso SikaNkulunkulu SePharadesi

(Luka 23:43)

1. UJehova wasithembisa,

IPharadesi ngoKristu,

Uyoqeda konke ukona,

Nabo bonke ubuhlungu.

(CHORUS)

IPharades’ lizofika.

Ngokukholwa siyol’bona.

Liyolethwa ngokushesha,

YiNdodana, ngok’jabula.

2. Emhlabeni uNkulunkulu,

Uyovusa abafile.

Njengob’ uJesu athembisa:

‘Uyoba nam’ ePharades.’

(CHORUS)

IPharades’ lizofika.

Ngokukholwa siyol’bona.

Liyolethwa ngokushesha,

YiNdodana, ngok’jabula.

3. Lathenjiswa iNkosi yethu,

Ipharades’ lokulunga.

Masimbonge uBabawethu,

Simhubele ngobuqotho.

(CHORUS)

IPharades’ lizofika.

Ngokukholwa siyol’bona.

Liyolethwa ngokushesha,

YiNdodana, ngok’jabula.