Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

Khetha ulimi IsiZulu

 INgoma 128

Isimo Saleli Zwe Siyashintsha

Isimo Saleli Zwe Siyashintsha

(1 Korinte 7:31)

1. Ukuze asisindise

Esonweni nasek’ feni,

Wasihlenga ngeNdodana—

Yek’ isiph’ okuyiso!

(CHORUS)

Isimo saleli zwe

s’yashintsha.

UJehova uthembisa

Ukubusis’ umhlaba.

2. Leli lizwe liyagula.

Le s’miso siyawohloka.

UJehov’ uzongenela;

UMbuso usukhona.

(CHORUS)

Isimo saleli zwe

s’yashintsha.

UJehova uthembisa

Ukubusis’ umhlaba.