Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

 INgoma 74

Injabulo KaJehova

Injabulo KaJehova

(Nehemiya 8:10)

1. Iz’bonakaliso zimemezela.

Lezi zindaba zoMbuso.

Lindelani ukusindiswa kwenu;

Uk’khululwa kuseduze!

(CHORUS)

Injabulo iyisiphephelo.

Hubani nikhamuluke.

Jabulani ngethemba, nidumise,

UNkulunkulu ophakeme.

Injabulo kaJah is’phephelo.

Bonk’ abantu mabamazi.

Siz’nikele kuJehova iNkosi,

Sim’khulekele ngenjabulo.

 2. Themban’ uJah nina enimthandayo.

Ningesabi, unamandla.

Khamulukani ngokuzwakalayo

Nihubele uJehova!

(CHORUS)

Injabulo iyisiphephelo.

Hubani nikhamuluke.

Jabulani ngethemba, nidumise,

UNkulunkulu ophakeme.

Injabulo kaJah is’phephelo.

Bonk’ abantu mabamazi.

Siz’nikele kuJehova iNkosi,

Sim’khulekele ngenjabulo.