Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

Khetha ulimi IsiZulu

 INgoma 37

ImiBhalo—Iphefumulelwe UNkulunkulu

ImiBhalo—Iphefumulelwe UNkulunkulu

(2 Thimothewu 3:16, 17)

1. IZwi likaJehova,

Lis’hol’ ebumnyameni.

Likhanya njengesibani,

Liletha inkululeko.

2. IZwi liphefum’lelwe,

Lifundis’ ubumnene.

Lisigcina endleleni,

Silindele uJehova.

3. Leli Zwi lis’fundisa,

Ngothando olumsulwa.

Liyasihlakaniphisa,

Ukuba sizuz’ uk’phila.