Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

 INgoma 39

Imfuyo Yethu Yokuthula

Imfuyo Yethu Yokuthula

(Johane 14:27)

1. Dumisan’ uJehova,

Onokuthula.

Uyoqeda izimpi,

Aleth’ uk’zwana.

Umise iNdodana,

INkos’ yok’thula.

Lapho isinqobile,

S’yothol’ uk’thula.

2. Sesayeka uk’thetha,

Nezingxabano.

Sikhandé imikhonto

Yab’ amakhuba.

Uma s’fun’ ukuthula,

Mas’thethelele.

Njengezimvu z’kaJesu,

S’phile ngok’thula.

3. Isithelo sok’lunga,

Siwukuthula.

Lokhu siyokuthola,

Ngokukhuleka.

Situsa leyo ndlela

Ngok’thula kwethu,

Kuze kube nok’thula

koMbuso kaJah.