Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

Khetha ulimi IsiZulu

 INgoma 9

Dumisani UJehova, UNkulunkulu Wethu!

Dumisani UJehova, UNkulunkulu Wethu!

(IHubo 145:12)

1. Dumisan’ UJehov’ iNkos’!

Igama lakhe balazi!

Xwayisan’ Ngosuku lwakhe!

Bonk’ abantu mabaxwayiswe.

UJah uthi sekuyisikhathi

Sokubusa kukaKristu.

Yanini kubantu nibazise

Ngezibusiso zoMbuso!

(CHORUS)

Dumisan’ UJehov’ iNkos’!

Mdumisen’ emhlabeni wonke!

2. Mdumisen’! Hubani ngaye!

Nimphakamise, ngengoma

Esuka Enhliziyweni,

Simkhazimulise nges’bindi.

Nakuba uJah engophakeme,

Uthobile unothando.

Ubonis’ umusa, unesihe.

Uyosizwa asizwele.

(CHORUS)

Dumisan’ UJehov’ iNkos’!

Mdumisen’ emhlabeni wonke!