Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

Hubelani UJehova

 INgoma 122

Abazalwane Abaningi

Abazalwane Abaningi

(IsAmbulo 7:9, 10)

1. Baningi abazalwane,

Izigidi zabo,

Ngamuny’ ungufakazi,

Ogcin’ ubuqotho.

Sibaningi kakhulu,

Siyis’xuk’ es’khulu,

Sivela ezizweni zonke,

Sidumisa uJah.

2. Baningi abazalwane.

Eduze nakude,

Bashumayela izwi,

Ezizweni zonke.

Sishumayela njalo,

Noma s’cindezelwa.

UJesu uyasiqabula;

Sithol’ impumuzo.

3. Baningi abazalwane,

Baphambi kukaJah,

Ubusuku nemini,

Bakhonza uBaba.

Siyis’xuku es’khulu,

S’fakaza ngoMbuso,

Sisebenza noNkulunkulu,

Lapha emhlabeni.