Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

Khetha ulimi IsiZulu

Isethulo

Isethulo

Kulezi zikhathi ezibucayi lapho umshado nomndeni uhlaselwa, singajabula yini njengomndeni? Akuyona indaba elula lena. Kodwa lukhona usizo. Nakuba le ncwajana ingeyona incwadi yeziqondiso eziphelele zomshado, iqokomisa izimiso zeBhayibheli ongazethemba nokusikisela okusebenzayo.Uma zisetshenziswe kahle, zinganezela enjabulweni yomndeni wakho.