Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

Umndeni Wakho Ungajabula

Ungaba nomshado kanye nomndeni ojabulayo ngokusebenzisa izimiso zeBhayibheli.

Isethulo

Ungaba nomshado kanye nomndeni ojabulayo ngokusebenzisa ukusikisela okusebenzayo okusekelwe eBhayibhelini okukule ncwajana.

INGXENYE 1

Bheka KuNkulunkulu Ukuze Ube Nomshado Ojabulisayo

Ukusebenzisa imibuzo emibili elula kungakusiza uthuthukise umshado wakho.

INGXENYE 2

Thembekani Komunye Nomunye

Ingabe ukugwema ukuphinga yikona kuphela okubonisa ukuthi uthembekile emshadweni?

INGXENYE 3

Indlela Yokuxazulula Izinkinga

Umbono ofanele unganquma ukuthi umshado uyoqina futhi ujabulise yini noma uyoba buthaka futhi ulethe ubuhlungu.

INGXENYE 4

Indlela Yokusebenzisa Imali

Ukwethembana nokwethembeka kubaluleke kangakanani?

INGXENYE 5

Indlela Yokugcina Ukuthula Nezihlobo Zenu

Ungabahlonipha abazali bakho ngaphandle kokufaka umshado wenu engcupheni.

INGXENYE 6

Indlela Abantwana Abawushintsha Ngayo Umshado

Ukuba nomntwana kungabuqinisa yini ubuhlobo benu?

INGXENYE 7

Indlela Yokufundisa Ingane Yakho

Ukuyala kuhilela okungaphezu kokubeka imithetho nokujezisa

INGXENYE 8

Lapho Kugadla Inhlekelele

Thola usizo oludingayo.

INGXENYE 9

Khulekelani uJehova Njengomndeni

Ungakujabulela kanjani ngokwengeziwe ukukhulekela komkhaya?