Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

 INGXENYE YESINE

“Ngizolilwela Ngentshiseko Igama Lami Elingcwele”​—Indlela Emsulwa Yokukhonza UNkulunkulu Iyasinda Ekuhlaselweni

“Ngizolilwela Ngentshiseko Igama Lami Elingcwele”​—Indlela Emsulwa Yokukhonza UNkulunkulu Iyasinda Ekuhlaselweni

HEZEKELI 39:25

IPHUZU ELIYINHLOKO: UJehova usindisa abantu bakhe osizini olukhulu

UJehova uyabathanda abantu, kodwa futhi usenza silandise ngezenzo zethu. Uzizwa kanjani ngalaba abathi bayamkhonza kodwa izenzo zabo zingavumelani nalokho abakushoyo? Uyonquma kanjani ukuthi ubani osindayo osizini olukhulu? Kungani uJehova, uNkulunkulu onothando, eyobulala izigidi zabantu ababi?

KULE NGXENYE

ISAHLUKO 15

“Ngiyobuqeda Ubufebe Bakho”

Yini esingayifunda encwadini kaHezekeli neyesAmbulo ngencazelo yezifebe?

ISAHLUKO 16

‘Beka Uphawu Eziphongweni’

Indlela ababebekwa ngayo uphawu abathembekile osukwini lukaHezekeli ibalulekile kithi.

ISAHLUKO 17

“Ngimelene Nawe Gogi”

Ungubani uGogi wakwaMagogi? Yiliphi izwe alihlaselayo?

ISAHLUKO 18

“Ulaka Lwami Olukhulu Luyovuka”

Ukuhlasela kukaGogi kubangela uJehova ukuba athukuthele, okwenza uNkulunkulu avikele abantu bakhe.