Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

Lapho Ufelwa Othandekayo

Isethulo

Isethulo
  • Ingabe uye wafelwa othile omthandayo?

  • Uselusizi yini namanje?

  • Uyaludinga yini usizo lokubhekana nosizi lwakho?

  • Likhona yini ithemba ngabafileyo?

  • Uma likhona, liyini?

  • Singaqiniseka kanjani?

Kule ncwajana, imibuzo enjalo izophendulwa ngezimpendulo eziduduzayo ezivela eBhayibhelini. Sikumema ukuba uyifundisise.