Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

Lalela UNkulunkulu Uphile Phakade

UNkulunkulu ufuna ukusiqondisa, asivikele futhi asibusise.

Simlalela Kanjani UNkulunkulu??

Kufanele sazi ukuthi senzeni futhi sisizwe ubani.

Ungubani UNkulunkulu Weqiniso?

Singafunda ukuthi ubani igama lakhe nezimfanelo zakhe.

Kwakunjani Ukuphila EPharadesi?

Incwadi yokuqala yeBhayibheli iyawuphendula lo mbuzo.

Balalela USathane–Kwaba Namiphi Imiphumela?

Izinto ezimbi zaqala ukwenzeka.

UZamcolo Omkhulu–Obani Abalalela? Obani Abangalalelanga?

Abantu basabela ngayiphi indlela eyayihlukile?

Yini Esiyifunda KuZamcolo Omkhulu?

Akuyona nje inganekwane.

Wayengubani UJesu?

Kubaluleke ngani ukwazi ngaye?

Lizofika Nini IPharadesi?

IBhayibheli lisitshela ngezinto esizobona ngazo ukuthi uMbuso ususondele.

Ingabe UJehova Uyasilalela?

Yiziphi izinto ongazikhuluma naye?

Ungaba Kanjani Nokuphila Komkhaya Okujabulisayo?

UMsunguli womshado unikeza abashadile isiyalo esizuzisa kunazo zonke.

Yini Okumelwe Siyenze Ukuze Sijabulise UNkulunkulu?

Kunezinto ezithile azithandayo nazizondayo.

Ungabubonisa Kanjani Ubuqotho KuJehova?

Ukuba qotho kwakho kuyobonakala ngezinqumo ozenzayo.