Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

Singazitholaphi Izimpendulo Zemibuzo Ebalulekile Ekuphileni?

Singazitholaphi Izimpendulo Zemibuzo Ebalulekile Ekuphileni?

Ingabe singazithola . . .

  • kuyisayensi?

  • kuyifilosofi?

  • eBhayibhelini?

 OMUNYE WABABHALI BEBHAYIBHELI WATHI KUNKULUNKULU

‘Ngenze ngiqonde . . . Izwi lakho liyiqiniso.’IHubo 119:144, 160, INguqulo YeZwe Elisha.

IBhayibheli linikeza izigidi zabantu izimpendulo.

Ungathanda yini nawe ukuthola izimpendulo?

Ingosi ye-Internet ethi jw.org/zu ingakusiza.

BUKELA ama-video asekelwe eBhayibhelini

 YIMUPHI UMBUZO OKUKHATHAZA KAKHULU KULE?

Thola izimpendulo zeBhayibheli zale mibuzo engosini ethi jw.org/zu.

(Chofoza ingxenye ethi IZIMFUNDISO ZEBHAYIBHELI › IZIMPENDULO ZEMIBUZO YEBHAYIBHELI)