Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

Khetha ulimi IsiZulu

Izindaba Ezinhle Ezivela KuNkulunkulu!

Zithini izindaba ezinhle ezivela kuNkulunkulu? Kungani singazikholelwa? Le ncwajana iphendula imibuzo evamile yeBhayibheli.

Indlela Ongazuza Ngayo Kule Ncwajana

Le ncwajana izokusiza ukuba ufunde iZwi likaNkulunkulu, iBhayibheli. Bheka indlela ongawuthola ngayo umBhalo eBhayibhelini lakho.

Zithini Izindaba Ezinhle?

Funda ukuthi zithini izindaba ezivela kuNkulunkulu, kungani kuphuthuma ukuzishumayela nokuthi yini okufanele uyenze.

Ungubani UNkulunkulu?

Ingabe uNkulunkulu unegama futhi ingabe uyasikhathalela?

Ingabe Izindaba Ezinhle Zivela KuNkulunkulu Ngempela?

Singaqiniseka kanjani ukuthi isigijimi seBhayibheli siyiqiniso?

Ungubani UJesu Kristu?

Thola ukuthi kungani uJesu afa, siyini isihlengo nokuthi uJesu wenzani manje.

Liyini Ithemba Ngabafileyo?

Kwenzekani kithi lapho sifa? Ingabe siyophinde sibabone abathandekayo bethu abafile?

Uyini UMbuso KaNkulunkulu?

Ubani iNkosi yoMbuso kaNkulunkulu futhi yini eyofezwa yilo Mbuso?

Kungani UNkulunkulu Evumela Ububi Nokuhlupheka?

Baqala kanjani ububi futhi kungani uNkulunkulu ebuvumele ukuba buqhubeke? Ingabe buyoke buphele?

Ungajabula Kanjani Umkhaya Wakho?

UJehova, uNkulunkulu ojabulayo, ufuna imikhaya ijabule. Thola iseluleko seBhayibheli esiwusizo emadodeni, emakhosikazini, kubazali nakubantwana.

Ungayibona Kanjani Inkolo Yeqiniso?

Ingabe kunenkolo eyodwa kuphela yeqiniso? Cabangela izimpawu ezinhlanu zenkolo yeqiniso.

Zisizuzisa Kanjani Izimiso ZeBhayibheli?

UJesu wachaza ukuthi kungani sidinga isiqondiso nokuthi iziphi izimiso zeBhayibheli ezimbili ezisemqoka.

Ungasondela Kanjani KuNkulunkulu?

Thola ukuthi uNkulunkulu uyilalela yonke imithandazo yini, indlela okufanele sithandaze ngayo nokuthi yikuphi okunye esingakwenza ukuze sisondele kuNkulunkulu.

Zithini Izindaba Ezinhle Ngenkolo?

Siyoke sibe khona yini isikhathi lapho bonke abantu beyoba munye ekukhulekeleni okuwukuphela kukaNkulunkulu weqiniso?

Kungani UNkulunkulu Enenhlangano?

IBhayibheli liyasitshela ukuthi kungani amaKristu eqiniso ehleliwe nokuthi ahlelwe kanjani.

Kungani Kufanele Uqhubeke?

Ulwazi onalo ngoNkulunkulu nangeZwi lakhe lungabazuzisa kanjani abanye? Ungaba nobuhlobo obunjani noNkulunkulu?