Ukushumayela Nokufundisa Emhlabeni Wonke
EMHLABENI WONKE
INANI LAMAZWE 240
INANI ELIPHAKEME LABAMEMEZELI 8 220 105
INGQIKITHI YAMAHORA ASENSIMINI 1 933 473 727
INANI LEZIFUNDO ZEBHAYIBHELI 9 708 968
KULE NGXENYE
E-Afrika
Yiziphi izindlela ezintsha oFakazi abazisebenzisayo ukuze bahlanganyele nabanye izindaba ezinhle?
Amazwekazi AseMelika
Kungani owesifazane ayefunda endle esebenzisa ikhandlela? Kungani inkosi yamaNdiya AseMelika enolaka yayilindele oFakazi? Futhi wayekhalelani umuntu owayengumshushisi?
E-Asia NaseMpumalanga Ephakathi
Ayikho into evimba abavangeli boMbuso—kungaba ukukhubazeka noma ukuboshwa.
EYurophu
Indoda engumRom, isiboshwa nowesifazane owayefuna ukuzibulala kwabahlaba umxhwele ukuthola iqiniso.
E-Oceania
Amatafula ezincwadi, izinqola zokushumayela, ingosi ethi jw.org nama-video afundisa ngeBhayibheli atshala imbewu yeqiniso kubantu abangamakhulu, uma bengezona izinkulungwane!