Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

INcwadi Yonyaka YoFakazi BakaJehova Ka-2016

Izingqikithi Zika-2015

Izingqikithi Zika-2015
  • Amagatsha OFakazi BakaJehova: 89

  • Inani Lamazwe Abikayo: 240

  • Ingqikithi Yamabandla: 118 016

  • Ababekhona ESikhumbuzweni Emhlabeni Wonke: 19 862 783

  • Inani Labadla Izifanekiselo Emhlabeni Wonke: 15 177

  • Inani Eliphakeme Labamemezeli Enkonzweni YoMbuso: 8 220 105

  • Isilinganiso Sabamemezeli Abashumayela Inyanga Ngayinye: 7 987 279

  • Ukwanda Kwabamemezeli Kunango-2014: 1,5

  • Inani Lababhapathiziwe: 260 273

  • Isilinganiso Sabamemezeli Abangamaphayona Asizayo Inyanga Ngayinye: 443 504

  • Isilinganiso Sabamemezeli Abangamaphayona Inyanga Ngayinye: 1 135 210

  • Ingqikithi Yamahora Achithwa Ensimini: 1 933 473 727

  • Isilinganiso Sezifundo ZeBhayibheli Zasekhaya Inyanga Ngayinye: 9 708 968

Ngonyaka wenkonzo ka-2015, oFakazi BakaJehova basebenzisa imali engaphezu kuka-R3 441 000 000 ekunakekeleni amaphayona akhethekile, izithunywa zevangeli nababonisi abajikelezayo ezabelweni zabo zenkonzo yasensimini. Emhlabeni jikelele, zingu-26 011 sezizonke izikhonzi ezimisiwe ezisebenza ezakhiweni zamagatsha. Zonke zingamalungu oHlelo Lomhlaba Wonke Lwezinceku ZoFakazi BakaJehova Ezisenkonzweni Ekhethekile Yesikhathi Esigcwele.