INTUTHUKO eyenzeka esakhiweni sendlunkulu yezwe elisha eWarwick, eNew York, ngempela iwubufakazi bokusekela kukaJehova.

U-Anthony Morris weNdikimba Ebusayo wathi abafowethu abavela emhlabeni wonke abofika bazovakasha eWarwick uma umsebenzi usuphelile.

Indawo yokungena endlunkulu yezwe elisha, eWarwick, eNew York