Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

INcwajana YoMhlangano Wokuphila Nenkonzo  |  September 2017

Septhemba 4-​10

HEZEKELI 42-45

Septhemba 4-​10
  • INgoma 26 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • Abantu Babezophinde Bakhonze UJehova Ngendlela Efanele!”: (10 imiz.)

    • Hez 43:10-12—Umbono kaHezekeli wethempeli kwakumelwe ukhuthaze amaJuda ayesekudingisweni ukuba aphenduke, uwaqinisekise nangokuthi ayezophinde akwazi ukukhonza uJehova ngendlela efanele nephakeme (w99 3/1 8 ¶3; it-2-E 1082 ¶2)

    • Hez 44:23—Abapristi babefundisa abantu ‘ngomehluko phakathi kokungcolile nokuhlanzekile’

    • Hez 45:16—Abantu babebasekela labo ababemiswe uJehova ukuba bahole (w99 3/1 10 ¶10)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Hez 43:8, 9—U-Israyeli walingcolisa kanjani igama likaNkulunkulu? (it-2-E 467 ¶4)

    • Hez 45:9, 10—Yini uJehova abelokhu eyilindele kulabo abafuna ukumjabulisa? (it-2-E 140)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?

    • Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Hez 44:1-9

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Lungiselela Izintshumayelo Zale Nyanga: (15 imiz.) Ingxoxo esekelwe kwesithi “Izintshumayelo Ezisikiselwe.” Dlala i-video ngayinye yentshumayelo, bese nixoxa ngokuvelele kuyo.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU