Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

INcwajana YoMhlangano Wokuphila Nenkonzo  |  September 2017

Septhemba 18-​24

DANIYELI 1-3

Septhemba 18-​24
  • INgoma 131 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • Ukuba Qotho KuJehova Kuyazuzisa”: (10 imiz.)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Dan 1:5, 8—Kungani uDaniyeli nabangane bakhe abathathu banquma ukuthi kwakuzobangcolisa ukudla izibiliboco zenkosi? (it-2-E 382)

    • Dan 2:44—Kungani uMbuso kaNkulunkulu kuzodingeka uchoboze imibuso yezwe efanekiselwe esithombeni? (w12 6/15 17, ibhokisi; w01 10/15 6 ¶4)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?

    • Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Dan 2:31-43

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) Isaya 40:22—Fundisa Iqiniso—Beka isisekelo sempindelo.

  • Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) Ro 15:4 —Fundisa Iqiniso—Shiya ikhadi lemininingwane ye-JW.ORG.

  • Inkulumo: (6 imiz. noma ngaphansi) w17.02 29-30 —Isihloko: Ingabe UJehova Uhlola Kusengaphambili Ukuthi Kungakanani Esingakuthwala Bese Ekhetha Izilingo Esizobhekana Nazo?

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU