Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

Khetha ulimi IsiZulu

Septhemba 11-​17

HEZEKELI 46-48

Septhemba 11-​17
  • INgoma 134 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • Izibusiso Eziyojabulelwa U-Israyeli Obuyiselwe Ezweni Lakhe”: (10 imiz.)

    • Hez 47:1, 7-12—Izwe ababeyobuyiselwa kulo laliyothela (w99 3/1 10 ¶11-12)

    • Hez 47:13, 14—Umndeni ngamunye wawuyothola indawo eyifa lawo (w99 3/1 10 ¶10)

    • Hez 48:9, 10—Ngaphambi kokuba izwe lihlukaniselwe abantu, indawo ekhethekile yezwe ‘yayiyonikelwa’ kuJehova ‘njengomnikelo’

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Hez 47:1, 8; 48:30, 32-34—Kungani amaJuda adingisiwe angazange alindele yonke imininingwane yombono wethempeli kaHezekeli ukuba igcwaliseke ngokoqobo? (w99 3/1 11 ¶14)

    • Hez 47:6—Kungani uHezekeli ebizwa ngokuthi ‘indodana yomuntu’? (it-2-E 1001)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?

    • Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Hez 48:13-22

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) isembozo * se-wp17.5—Beka isisekelo sempindelo.

  • Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) wp17.5—Kushiywe umagazini ngokudlule. Bonisa indlela yokwenza impindelo, bese wethula enye yezincwadi esiqhuba ngazo isifundo seBhayibheli.

  • Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) bh 34 ¶17—Memela umuntu emhlanganweni webandla.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 28

  • Izidingo Zebandla: (8 imiz.) Noma ningase nikhethe ukuxoxa ngezifundo ezitholakala kuyi-Ncwadi Yonyaka. (yb17 64-65)

  • Okufezwa Inhlangano: (7 imiz.) Dlala i-video ethi Okufezwa Inhlangano kaSepthemba.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) kr isahl. 17 ¶19-​20, ibhokisi elithi “Izikole Eziqeqesha Izikhonzi ZoMbuso” nebhokisi lokubukeza elithi “Ungokoqobo Kangakanani UMbuso Kuwe?

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 11 Nomthandazo

^ isig. 17 Elithi “isembozo” lapha lisho isihloko noma izihloko ezihambisana nendaba esemakhasini okuqala kamagazini.