Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

 AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | JOHANE 11-12

Lingisa Isihawu SikaJesu

Lingisa Isihawu SikaJesu

11:23-26, 33-35, 43, 44

Yini eyenza isihawu nozwela lukaJesu kwaphawuleka kangaka?

  • Nakuba uJesu engazange abhekane nazo zonke izinto abantu ababhekana nazo, wakwazi ukuzibeka esimweni sabo futhi wabuzwa ubuhlungu ababebuzwa

  • Wayengesabi ukuveza indlela ayezizwa ngayo obala

  • Wathatha isinyathelo sokusiza labo ababedinga usizo