Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

 AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | JOHANE 18-19

UJesu Wafakazela Iqiniso

UJesu Wafakazela Iqiniso

18:36-38a

UJesu wafakazela iqiniso ngokuphathelene nenjongo kaNkulunkulu

  • NGAMAZWI: Walimemezela ngentshiseko iqiniso ngoMbuso kaNkulunkulu

  • NGEZENZO: Indlela ayephila ngayo yenza kwabonakala ukuthi iziprofetho ezazivela kuNkulunkulu zaziyiqiniso

Nathi njengoba singabafundi bakaJesu siyalifakazela iqiniso

  • NGAMAZWI: Ngisho noma sihlekwa usulu, sizimemezela ngentshiseko izindaba ezinhle zoMbuso kaNkulunkulu omisiwe oneNkosi enguKristu

  • NGEZENZO: Sibonisa ukuthi sisekela ukubusa kukaJesu ngokungaluthathi neze uhlangothi nangokuziphatha ngendlela ebonisa ukuthi sihlonipha uNkulunkulu