Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

 AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | JOHANE 13-14

“Nginibekela Isibonelo”

“Nginibekela Isibonelo”

13:5, 12-15

Lapho uJesu egeza izinyawo zabaphostoli bakhe, wayebafundisa ukuthi bathobeke futhi benzele abafowabo imisebenzi ephansi.

Ngingabonisa kanjani ukuthi ngithobekile lapho . . .

  • kuba nezingxabano noma kuba nokungaboni ngaso linye?

  • ngelulekwa noma ngikhuzwa?

  • iHholo LoMbuso lidinga ukuhlanzwa noma ukulungiswa?