Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

 AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | JOHANE 9-10

UJesu Uyazinakekela Izimvu Zakhe

UJesu Uyazinakekela Izimvu Zakhe

10:1-5, 11, 14, 16

Okwenza umalusi nezimvu basondelane ukuthi bayazana futhi bayathembana. UMalusi Omuhle uJesu wazi imvu ngayinye—wazi ekudingayo, izinkinga zayo nalokho imvu ekwazi ukukwenza. Kanti nayo imvu iyamazi umalusi wayo futhi iyayethemba indlela ayihola ngayo.

UMalusi Omuhle uJesu, . . . 

  • uzibuthela kanjani ndawonye izimvu zakhe?

  • uzihola kanjani izimvu zakhe?

  • uzivikela kanjani izimvu zakhe?

  • uzondla kanjani izimvu zakhe?