Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

INcwajana YoMhlangano Wokuphila Nenkonzo  |  October 2016

October 17-23

IZAGA 12-16

October 17-23
  • INgoma 69 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • Ukuhlakanipha Kungcono Kunegolide”: (10 imiz.)

    • IzA 16:16, 17—Umuntu ohlakaniphile uyalitadisha iZwi likaNkulunkulu futhi alisebenzise (w07 7/15 8)

    • IzA 16:18, 19—Umuntu ohlakaniphile uyakugwema ukuqhosha nokuzidla (w07 7/15 8-9)

    • IzA 16:20-24—Umuntu ohlakaniphile usebenzisa ulimi lwakhe ukuze asize abanye (w07 7/15 9-10)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • IzA 15:15—Yini esingayenza ukuze sijabule ngokwengeziwe ekuphileni? (11/13 16)

    • IzA 16:4—Kungayiphi indlela uJehova enza ukuba ababi bafeze “injongo yakhe”? (w07 5/15 18-19)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?

    • Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) IzA 15:18–16:6

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) Joh 11:11-14—Fundisa Iqiniso. Memela umuntu emhlanganweni wangempelasonto.

  • Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) Gen 3:1-6; Ro 5:12—Fundisa Iqiniso. Memela umuntu emhlanganweni wangempelasonto.

  • Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) bh 191 ¶18-19—Memela ofunda naye emihlanganweni yethu.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU