Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

INcwajana YoMhlangano Wokuphila Nenkonzo  |  October 2016

October 3-9

IZAGA 1-6

October 3-9
  • INgoma 37 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • Thembela KuJehova Ngayo Yonke Inhliziyo Yakho”: (10 imiz.)

    • [Dlala i-video ethi Isethulo SezAga.]

    • IzA 3:1-4—Bonisa uthando oluqotho nokwethembeka (w00 1/15 23-24)

    • IzA 3:5-8—Hlakulela ukumethemba ngokuphelele uJehova (w00 1/15 24)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • IzA 1:7—Kungayiphi indlela ukwesaba uJehova “kungukuqala kolwazi”? (w06 9/15 17 ¶1; it-2-E 180)

    • IzA 6:1-5—Iyiphi inkambo ewukuhlakanipha esingayithatha lapho sisengozini yokuhileleka esivumelwaneni sebhizinisi esiwubuwula? (w00 9/15 25-26)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?

    • Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) IzA 6:20-35

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Lungiselela Izintshumayelo Zale Nyanga: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala i-video ngayinye yentshumayelo esikiselwe, bese nixoxa ngokuvelele kuyo. Khuthaza abamemezeli ukuba bahlanganyele ngokugcwele emkhankasweni womhlaba wonke wokumemela abantu emhlanganweni wangempelasonto.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 107

  • Izidingo Zebandla: (8 imiz.) Okunye ongakwenza, xoxa ngezifundo ezitholakala e-Ncwadini Yonyaka. (yb16 25-27)

  • Yenza Okuhle Kulabo Ababa Khona Emihlanganweni Yethu (IzA 3:27): (7 imiz.) Ingxoxo. Dlala i-video ethi Kwenziwani EHholo LoMbuso? Yibe usubuza indlela esingaba nesandla ngayo ekubonisaneni uthando eHholo LoMbuso, singagcini nje ngenyanga ka-October kodwa sikwenze njalo.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) kr isahl. 2 ¶1-12

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 143 Nomthandazo