Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

INcwajana YoMhlangano Wokuphila Nenkonzo  |  October 2016

October 10-16

IZAGA 7-11

October 10-16
  • INgoma 32 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • Ungayivumeli Inhliziyo Yakho Ukuba Iphambuke”: (10 imiz.)

    • IzA 7:6-12—Labo abantula ukuqonda bavame ukuchayeka engozini engokomoya (w00 11/15 29-30)

    • IzA 7:13-23—Izinqumo ezingahlakaniphile zingaholela enhlekeleleni (w00 11/15 30-31)

    • IzA 7:4, 5, 24-27—Ukuhlakanipha nokuqonda kuyosivikela (w00 11/15 29, 31)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • IzA 9:7-9—Indlela esisabela ngayo lapho siyalwa isho ukuthini ngathi? (w01 5/15 29-30)

    • IzA 10:22—Sihlanganisani isibusiso sikaJehova osukwini lwethu? (w06 5/15 26-30 ¶3-16)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?

    • Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) IzA 8:22–9:6

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) isembozo se-g16.5—Memela umuntu emhlanganweni wangempelasonto.

  • Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) isembozo se-g16.5—Memela umuntu emhlanganweni wangempelasonto.

  • Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) bh 176 ¶5-6—Memela ofunda naye emihlanganweni yethu.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU