Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

Khetha ulimi IsiZulu

 AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | IZAGA 17-21

Phishekela Ukuthula Nabanye

Phishekela Ukuthula Nabanye

Ukuthula phakathi kwabantu bakaJehova akuzenzakaleli. Lapho kuphakama ukungezwani, abantu bathinteka kakhulu ngokomzwelo, kodwa iseluleko seZwi likaNkulunkulu sinamandla nakakhulu.

Lapho amaKristu athembekile ebhekana nobunzima, aphishekela ukuthula . . .

19:11

  • ngokuhlala ezolile

18:13, 17

  • ngokuqiniseka ngokuthi ayazi kahle indaba ngaphambi kokuphendula

17:9

  • ngokuzithethelela ngothando iziphambeko zabanye