• INgoma 41 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • Khumbula UMdali Wakho Omkhulu Ezinsukwini Zobusha Bakho”: (10 imiz.)

    • UmSh 12:1—Intsha kufanele isebenzise isikhathi namandla ayo enkonzweni kaNkulunkulu (w14 1/15 18 ¶3; 22 ¶1)

    • UmSh 12:2-7​—Intsha ayikakabhekani “nezinsuku eziyinhlekelele” ezifica asebekhulile (w08 11/15 23 ¶2; w06 11/1 16 ¶9)

    • UmSh 12:13, 14​—Ukukhonza uJehova kuyindlela engcono kakhulu eyenza ukuphila kwakho kube nenjongo (w11 11/1 21 ¶1-6)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • UmSh 10:1​—Kwenzeka kanjani ukuba “ubuwula obuncane” bugqibe ukuhlakanipha? (w06 11/1 16 ¶5)

    • UmSh 11:1​—Kusho ukuthini “ukuthumela isinkwa ebusweni bamanzi”? (w06 11/1 16 ¶7)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?

    • Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) UmSh 10:12–11:10

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) 2Thim 3:1-5—Fundisa Iqiniso.

  • Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) Isaya 44:2745:2—Fundisa Iqiniso.

  • Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) bh 25-26 ¶18-20—Memela umfundi emihlanganweni yebandla.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU