Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

Amaphayona ashumayela izindaba ezinhle ngolimi lwesiTzotzil eChiapas, eMexico

INCWAJANA YOMHLANGANO WOKUPHILA NENKONZO November 2016

Izintshumayelo Ezisikiselwe

Izintshumayelo ezisikiselwe ze-Nqabayokulinda nezamaqiniso eBhayibheli ezibonisa indlela iziprofetho zeBhayibheli ezisebenza ngayo namuhla. Zisebenzisele ukuzakhela ezakho izintshumayelo.

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

IBhayibheli Lichaza Umfazi Onekhono

Yiziphi izimfanelo uJehova azazisayo kowesifazane oshadile?

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

“Umyeni Wakhe Ngumuntu Owaziwayo Emasangweni”

Umfazi onekhono wakhela umyeni wakhe idumela elihle.

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

Bona Okuhle Ngawo Wonke Umsebenzi Wakho Onzima

Singafunda ukuwujabulela umsebenzi wethu uma siwenza ngesimo sengqondo esihle.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Lingasifundisani IBhayibheli?​—Indlela Yokuyisebenzisa

Singazisebenzisa kanjani izici ezihlukile zencwadi ethi Lingasifundisani IBhayibheli lapho siqhuba isifundo seBhayibheli?

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

“Khumbula UMdali Wakho Omkhulu Ezinsukwini Zobusha Bakho”

Esebenzisa ulimi olusankondlo, umShumayeli 12 usinxusa ukuba sisebenzise amathuba esinawo lapho sisebasha.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Basha​—Ningazindeli Ukungena ‘Ngomnyango Omkhulu’

Ungayiphishekela yini imigomo engokomoya njengenkonzo yesikhathi esigcwele?

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

Intombazane EngumShulamiti—Isibonelo Esifanelwe Ukulingiswa

Yini eyenza intombazane yomShulamiti ibe yisibonelo esivelele ezikhonzini zikaJehova?