Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Novemba 25–Disemba 1

ISAMBULO 4-6

Novemba 25–Disemba 1
  • INgoma 22 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • Abagibeli Bamahhashi Abane”: (10 imiz.)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • IsAm 4:4, 6—Bamelelani abadala abangu-24 nezidalwa ezine eziphilayo? (re 77 ¶8; 80 ¶19)

    • IsAm 5:5—Kungani uJesu ebizwa ngokuthi “iNgonyama yesizwe sakwaJuda”? (cf 36 ¶5-6)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?

    • Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) IsAm 4:1-11 (th isifundo 5)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 46

  • UJehova Uthanda Umuphi Onamileyo”: (15 imiz.) Ingxoxo esingathwa umdala. Qala ngokudlala ividiyo ethi Indlela Yokunikela Usebenzisa Imishini Yezobuchwepheshe. Tshela abamemezeli ukuthi bangakwazi ukuthola imininingwane yokunikela ngokuchofoza lapho okuthi khona Donations kuyi-jw.org nakuyi-JW Library noma ngokubhala ukuthi donate.jw.org ebhokisini lokucinga. Funda incwadi evela egatsheni ebonga iminikelo yangonyaka wenkonzo odlule. Lincome ibandla ngokusekela ngesandla esivulekile.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) cf isahl. 17 ¶1-9

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 20 Nomthandazo