Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

 AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | NAHUME 1–HABAKUKI 3

Hlale Uphapheme Ngokomoya Futhi Umatasa

Hlale Uphapheme Ngokomoya Futhi Umatasa

Hab 1:5, 6

Ukuchithwa kukaJuda abaseBhabhiloni okwakuseza kwakungase kubonakale kungenakwenzeka. UJuda wayengaphansi kombuso onamandla waseGibhithe. AmaKhaledi ayengenawo amandla kuneGibhithe. Ngaphezu kwalokho, amaJuda amaningi ayengacabangi nakukucabanga ukuthi uJehova wayengavumela iJerusalema nethempeli lalo ukuba lichithwe. Yize kunjalo, leso siprofetho sasizogcwaliseka futhi uHabakuki kwakudingeka alokhu esilindele ngokuhlala ephapheme ngokomoya futhi ematasa.

Yini engenza ngiqiniseke ukuthi ukuphela kwalesi simiso sezinto sekuseduze kakhulu?

Ngingahlala kanjani ngiphapheme ngokomoya futhi ngimatasa?