Dlulela kokuphakathi

Dlulela kuyi-menu yesibili

Dlulela ohlwini lokuphathi

OFakazi BakaJehova

IsiZulu

INcwajana YoMhlangano Wokuphila Nenkonzo  |  November 2017

 AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | MIKA 1-7

Yini UJehova Ayicela Kithi?

Yini UJehova Ayicela Kithi?

6:6-8

UJehova uyazi ukuthi kungakanani esikwazi ukukufeza futhi akalokothi alindele ukuba senze okungaphezu kwamandla ethu. Kuye, ubuhlobo esinabo nabafowethu buyingxenye ebalulekile yokumkhonza ngendlela efanele. Uma sifuna ukuba uJehova amukele imihlatshelo yethu, kumele sibaphathe ngothando nangenhlonipho abafowethu.